Isonto

From Wikipedia
Isonto

Isonto indawo lapho amakholwa eyakhona uma edumisa uNkulunkulu. Abaningi baya esontweni ngezinkalo eziningi, besuke beziyisa kuJesu Krestu ngomthandazo. Isonto ezikhathini eziningi lisentshenziswa ngokudumisa uNkulunkulu. Siya esontweni ukuyobonga ngezinto esinazo kanti futhi nokucela kuNkulunkulu izinto esinganazo empilweni. Simdumise ngomculo ukuze simbonge ngazo zonke zinto akasenzele zona emhlabeni.