Iyini inkondlo
Appearance
Inkondlo umbhalo omfushane noma omude lapho imbongi isuke yeneka khona imizwa, imicabango, nemibono yayo ngento, ngomuntu, nendawo, ngesimo esithile, ngenkolo, ngamasiko, ngemfundo njalo njalo umbhalo wobunkondlo ubekwa ngolimi olunkondlozayo umyalezo wembongi ubekwa ngezindima noma izitanza