Izibonakude
Appearance

Izibonakude ziyizihlongakudeezigwincizayo ezifakwe emaceleni futhi ziqondiswe endaweni efanayo, okuvumela umbukeli ukuthi awasebenzise womabili amehlo lapho ebuka izinto ezikude. Izibonakude eziningi zinobunjalo pbuvumela ukuba zibanjwe ngezandla zombili, yize ubungako behlukahluka kakhulu kusukela ezingilazini ze-opera kuya ezinongweni ezinkulu zempi ezifakwa ezisekelweni .