Izinhlayiya ezilelesiwe
Kumchazandalo, inhlayiyana elelesiwe iyinhlayiyana enomlelesa . Ngokwesibonelo, ezinye izinhlayiyana eziyisisekelo, njengenzuba noma izinkemfe zilelesiwe. Ezinye izinhlayiyana eziyinhlanganisela njengezinelesi ziyizinhlayiyana ezilelesiwe. Isihonyo, esifana nomzwayi noma iChwe esinezinzuba eziningi noma ezisilelayo ngokucakathene nezinelesi, nazo ziyizinhlayiyana ezinomlelesa.
Unyazani luyiqoqo lezinhlayiyana ezinomlelesa, inuzi leChwe nezinzuba ezihlukanisiwe, kodwa futhi ingaba uhowo oluqukethe ingxenye ebalulekile yezinhlayiyana ezilelesiwe.
Izinhlayiyana ezilelesiwe ziphawulwa ngokuthi ezivumayo (+) noma eziphikayo (-). Izimpawu zenziwe ngabomu. Njengoba ingakhe into engokwemvelo ezinhlayiyeni ezileleswe kahle ezenza "ezivumayo", futhi ngokufanayo kuya ezinhlayiyeni ezileleswe kabi.
Izibonelo
[hlela | Hlela umthombo]Izinhlayiyana ezinomlelesa ovumayo
[hlela | Hlela umthombo]Izinhlayiyana ezinomlelesa ophikayo
[hlela | Hlela umthombo]- Inzuba - electron
- antiproton
- muons
- tauons
- negative charged pions
- ion|anion