Jump to content

Izinkophe

Kubuya ku Wikipedia

izinkophe.

izinkophe

izinkophe kukhona ezendalo nezokufakelwa. Lana sizobheka umehluko phakathi kwalezizinkophe kanye nomuthelala wazo. Ezokufakelwa ilezi ezindile ezishibilikayo ezifakwa ngesinamasithelo kubangathi ziyagcwala kakhulu umasezifakiwe. bese ezendalo ilezi esazalwa nazo kukhona abanezinde nabanezimfishane.[1]

izinkophe zendalo ilezi umuntu azalwa nazo, ubude bazo zikahle anye nobuka ningi futhi nokugoqana kwazo izinkophe kuyake kuhluke ngomuntu ngo muntu ngeminyaka, ezempilokanhe ama geethikisi.Abantu abaningi bancamela izinkophe zendalo ngoaba azidingi ukunakekelwa okuningi futhi zikhipha amehlo abantu enempilo. izinkophe zokufakelwa ke zona zinehaba nyana zona nazo zifika ngokwehlukana kwazo kongwezwe ubuze nobuningibazo. zifika ngokwe hlikana kwazo kukhona ekungathi zihlangene ziwumuqga owodwa bese kubakhona ezihamba nganye nganye.[2]

kungane abantu besifazane be bethanda izinkophe zokufakelwa ingoba zivuselella ukuzeyjemba kwabo nobukhazikhzazi babookuyinto enhle leyo. kunezinto okumele baziqaphele uma befaka izinkophe zokufakelwa. isinamathiseli siyingozi kakhulu emehlweni kumele basifake ngokukhulu ukucophelela.ukusebenzisa kakhulu kwalezinkophe nama ukuzikhipha kabi kungamosha izinkophe zendalo.Mele zifakwe ngokucophelele ukugwema ukuphazamiseka kwamehlo.[3]

umthombo wolwazi

  1. "https://www.wyconcosmetics.com/en-za/products/wow-lashes-03-classy-bold#:~:text=The%20full-strip%20false%20eyelashes%20WOW%20LASHES%2003,perfect%20for%20daring%20and%20dramatic%20eye%20looks". www.wyconcosmetics.com (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-27. External link in |title= (help)[dead link]
  2. https://www.ancestry.com/c/traits-learning-hub/eyelash-length?geo-lang=en
  3. The Psychology Behind Lash Lifting And Boosting Confidence