Jump to content

Izinsizakuxhumana

Mayelana Wikipedia
UMakhalipha - ungenye yezindlela zokuxhumana ezibaluleke kakhulu zekhulu lama-21

Izinsizakuxhumana ziyizindlela ezisetshenziswa abantu ukuxhumana nokushintshana ngokwaziswa njengabathumeli nabamukeli bako. Izinhlobo ezahlukene zezinsizakuxhumana ezifinyelela izilaleli eziningi ngokuxhumana okukhulu zibizwa ngokuthi imithombo yezindaba .