Izinwelembumbulu

Izinywele zokuluka zokufakelwa ziyinto esetshenziswa abantu besifazane ikakhulukazi abanye bathembela ukuthi zenziswe ngo plastiki, abanye bathi izinwele zabantu abasebashona kanti abanye bathi umsila wamahhashi. [1]
Kunezinhlobo nhlobo zezinywele zokufakelwa. Zihlukene ngemibala. Umuntu uyazikhathela yena ukuthi ufuna ukuluka ngomubala onjani. Ezinye izinywele zokuluka zokufakelwa siyabiza kushiyana ngamaphawu akhona. Amanye amaphawu ashibhile bese izinga lezinywele lufana nenani lawo. Bese izinye izinwele zomfakelo zinenani eliphezulu nezinga lakhona nalo liphezulu. Kukhona uphawu elibizwa nge Londi London elase South Africa [2]
Abantu besifazane basebenzisa izinhlobo nhlobo zezinwele zomfakelo abanye bazifakela ukuthi bakhulise izinwele kanti abanye bazifakela ukujabula nokuzikhombisa emphakathini ukuthi bangabantu abanjani. Uhlobo noma umbala wezinwele zomfakelo kuyamveza umuntu ukuthi ungumuntu onjani. [3]
Umthombo wolwazi
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ PublishingTeam (2025-09-12). "What Are Hair Extensions Made Of? A Comprehensive Guide to Materials, Quality and Care". Brown-and-green.co.uk (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
- ↑ GOVIHAIR, TOMMY (2025-06-25). "What Are the Different Types of Hair Extensions? | Govihair" (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
- ↑ Extensions, Elite (2025-12-08). "Can Hair Extensions Help Your Hair Grow? | Expert Advice". eliteextensions (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.