Jump to content

Izinyanga zikaNomakhekheba

Mayelana Wikipedia
Isithombe sensibomvu eseduze sezinyanga eziyisithupha ezinkulu kakhulu nezinyanga eziyisishiyagalombili ezinkulu zangaphakathi zikaNomakhekheba njengoba sithathwe yi-James Webb Space Telescope ngo-4 September 2023

Kunezinyanga ezingama-29 ezaziwayo zomzulane uNomakhekheba.[1] Ezingama-27 zinamagama aqanjwe ngomumo wazo, noma ubungako bazo kanye nesimo sazo sobuzwe[2] Izinyanga zikaNomakhekheba zihlukaniswe ngamaqembu amathathu: izinyanga eziyishumi nane zangaphakathi, izinyanga ezinhlanu ezinkulu, nezinyanga eziyishuni ezingavamile. Izinyanga zangaphakathi nezinkulu zonke zinozungezo oluqombolayo futhi zijinjwa njengezinyanga ezijwayelekile. Ngokuphambene, uzungezo lwezinyanga ezingavamile luqhelile, luthambekela kakhulu, futhi luvame ukugusha.

Amagama wezinyanga zikaNomakhekheba

uMdoshiya - Titiana

uMgenga - Ariel

uSomgwila - Miranda

uSothunzi - Umbriel

uNkayishana - Oberon

uNhlongwase - Cressida

uMdabe - Desdemona

uNhlatshwa - Juliet

uNgqalamba - Rosalind

uMdukulu - Cupid

uBhokodwase - Belinda

uNqakaqa - Perdita

uNondiki - Ophelia

uNambase - Bianca

uSothuphana - Cordelia

uNdlikwase - Portia

uMviliba - Mab

uMphondi - Puck

uNonqukuza - Caliban

uNosituku - Stephano

uMfufununu - Fransisco

uMqhwambasi - Tranculo

uSogingqane - Sycorax

uNonguzunga - Margaret

uSompikiza - Prospero

uGamungana - Setebo

uNodunjwase - Ferdinand

Amaphathelelo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Cite error: Invalid <ref> tag; no text was provided for refs named NASA-29
  2. Cite error: Invalid <ref> tag; no text was provided for refs named Gazetteer