LaSoulMates
Appearance
LaSoulMates lena ubumbo lomculo ohlangene wase Thekwini, iqembu lase lokishini la-Kwamashu ebelisebenzisana ne neqembu le-Afrontainment iqembu la -DJ TIRA. iqembu elalingenalutho abafana abavuka bazithuntutha, bavele bangena kwi-Gqom bakhuphuka kakhulu.
Imikomelo
[hlela | Hlela umthombo]I LaSoulMates yaba nethuba lokufikele ku qeketho lokukhethawa kuma 25th SAMA ngo-2019[1] emikomelo, besebenzisana no DJ TIRA, TNS(DJ), TIPCEE, kanye no DLADLA MSHUNQISI.
umculo wabo wenze ushintsho olukhulu e Thekwini, bonke abantu bayawuthanda umculo wabo, Wonka umuntu uyakhuluma ngabo ngendlela omnandi ngakhona umculo wabo. Labafana baphendule i Kwamashu township yaba kwi nobhala yase Thekwini Municipality.
Imithobo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Here are all the 2019 SAMA nominees - YOMZANSI. Documenting THE CULTURE