Lobola
Appearance
Lobola
[hlela | Hlela umthombo]Ilobolo usiko lwakaZulu lapho kusuke kuzocelwa umuntu wesifazane ukuthi abe ngumakoti. Lolu siko lwenziwa kungakashadwa lapho kufika umndeni wakwaMkhwenyana bezokhokha izinkomo emndenini wakwamakoti[1] bezocela isihlobo esihle.
