Magema Magwaza Fuze
Ummomo
| Magema Magwaza Fuze | |
|---|---|
![]() December 1920 | |
| Wazalwa |
c. 1840 Zululand |
| ubuZwe | UmNingizimu Afrika |
| iziMfundo | Ekukhanyeni mission station |
| Umsebenzi | Umcindezeli kanye noNombhali |
| iZenzo eziQhakambiswe | Umbhalo we-Abantu Abamnyama Lapa Bavela Ngakona |
| abaZali | Magwaza |
Magema Magwaza Fuze (1840–1922) wabe engumlobi wokuqala ngolimu lwesiZulu lapho abhala khona incwadi esihloko sithi Abantu Abamnyama Lapa Bavela Ngakona (The Black People and Whence They Came).
Impilo yobusha
[hlela | Hlela umthombo]UMageba wazalelwa endaweni yaKwazulu maduzane nendawo yaeMgungundlovu ngeminyaka yawo-1840 ezalwa nguMagwaza oyindodana kaMatomela, yena oyindana kaThoko.
