Nokutela Dube

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search
Nokutela Dube
Ubezalwa Nokutela Mdima
1873
Inanda, Natal, Ningizimu Afrika
Ubefa 25 ngoMasingane 1917(1917-01-25)
EGoli, Ningizimu Afrika
Cause of death Isifo sezinzo
Education Inanda Seminary School
Occupation Umfundisi, umshumayeli, intatheli
Spouse John Langalibalele Dube

UNokutela Dube (1873 - 25 kuMasingane 1917) wayengowesifazane wokuqala waseNingizimu Afrika ukuba asungule isikole. Wabuye waba ngumunye wabasunguli bephephandaba lesiZulu Ilanga laseNatali. Waphinda waba ngomunye wabasunguli besikole-Ohlange Institute kanye neqembu lezombusazwe i- South African Native National Congress wakwenza konke lokhu ngenkathi esashade nomyeni wakhe ulangalibalele Dube.

Ohlange[hlela | Hlela umthombo]

Ngemuva kokubuyela eNingizimu Afrika futhi bafundise esikoleni esidala sakwaDube eNanda bamisa i-Ohlange High School[1]. Lokhu bekungokokuqala ezweni ukusungulwa kothisha abamnyama. [3] Kwakungumyeni wakhe owanikezwa ithuba lokusebenzisa ipulazi elalithengiwe ngumzala wakhe, kepha kwakuyizixhumanisi zikaNokutela ezibuyela kuMary Edward, owayehola isikole sakhe sakudala, ezisize lo mbhangqwana wasungula ipulazi elaba yisikhungo sobufundisi. Nokutela Dube Nok

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]