R. H. Mthembu

Mayelana Wikipedia

UR. H. Mthembu ngumbhali wama noveli esiZulu owaziwa kakhulu nge noveli yakhe ethiwa UMamazane ayibhala ngo 1947. UMthembu uzalwa yi nkosikazi uElizabeth Mthembu "okunguye owafunda lencwadi(UMamazane) ngokokuqala isengamaphepha" kusho uMthembu emazwini okwethula UMamazane.