Renaldo Gouws
Appearance
URenaldo Gouws (owazalwa zi-2 kuNhlaba 1983) ungumwakhi wamavideo we-YouTube waseNingizimu Afrika, isazi sokusebenza kwengqondo kwezezimboni kanye nosopolitiki wangaphambili.
Ngo-2024 wasebenza njengeLungu lePhalamende Likazwelonke laseNingizimu Afrika, nokho ngemuva kokusolwa ngokucwasa ngokwebala ngenxa yokuphawula akwenza kumavidiyo aqoshwa wabe esesulwa, wabe esexoshwa kuDemocratic Alliance wasula ePhalamende..