Talk:Imfundondalo

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

Kukhona okungixaka esihumushweni saleli khasi. Kwase kwafakwa igama elisha ekhasini lomchazamkhathi lokchaza uSoSayensi: imfundindalo. Ngathi kungaba ngcono ukulibhala njengemfundondalo ukuze kungahunyushwa negama lesayensi libe ufundondalo. Kodwa kusakhona okungezwakali kahle ngemfundondalo ukuchaza umuntu osebenza kofundondalo/isayensi. Imfundo-ndalo kusazwakala engathi kukhulunywa ngezifundo mayelana nendalo esikhundleni somuntu ofunda ngendalo. Kepha akuzukusebenza ukubhala la magama amabili axhunyenwe ngenzindlela ezimbili ezihlukile; ufundondalo nemfundindalo, ngoba kusodidisa abantu abazosanda ukuwafunda. Ngidinga usizo bandla

iGama mfundobdalo[Hlela umthombo]

Leli gama elithi "imfundalo" aliwudlulisi umqondo ofanele nowanelisayo ngabantu abangososayensi. mhlawumbe Uma singacabanga elinye elishaya khona kungaba kuhle. Ngokucabanga kwami kanye nengxoxo engibe nayo noNhlanhla, singawahlela kanje lamagama physics - umchazandalo physicist - umfundindalo, abafundindalo

bese sesingadingida ukuthi ukuthi elithi "scientist" kuzoba "usonzululwazi" noma siliyeke kungusosayensi. elithi "science" kube "iNzululwazi" Noma nalo siliyeke kuyisayensi. Fongcwele (talk) 16:00, 22 uMfumfu 2022 (UTC)[reply]