Jump to content

Talk:Insindiso

Page contents not supported in other languages.
Faka isihloko
Kubuya ku Wikipedia
Latest comment: 3 izinyanga ezedlule by Edwin Ndaba in topic Ubuncike ebuKristini

Ubuncike ebuKristini

[Hlela umthombo]

Isingeniso salelikhasi sincike kakhulu ezincazelweni zensindiso eziqhamuka ebuKristini. Lokhu akuhambelani nendlela lelikhasi lihlelwe ngalo ngesiNgisi. NgesiNgisi lelikhasi liqhukatha imidingido yensidiso ezinkolweni ezahlukene, ngoba insindiso iyadingidwa nasezinkolweni ezinye isib., ubuSulemane, ubuJuda. Futhi, lelikhasi lingasetshenziswa ukuveza izindlela ezinye izinkolo zingaqhakambisi udaba lwensindiso ngayo. Ngakho, lelikhasi ngalendlela lilotshwe ngalo likhawula ithuba lokuthi insindiso ibukwe kabanzi. Kungakho ngikhuthaza ukuthi lendatshana iguqulwe ukuqondana nekhasi lesiNgisi. Edwin Ndaba (talk) 17:37, 24 uNtulikazi 2026 (UTC)Reply