Jump to content

Talk:Ubuphathimhlaba

Page contents not supported in other languages.
Faka isihloko
Kubuya ku Wikipedia
Latest comment: 5 izinyanga ezedlule by Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele in topic Ubushiqela noma ubuphathimhlaba

Ubushiqela noma ubuphathimhlaba

[Hlela umthombo]

Ninjani @Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele, ngicabanga ukuthi elithi ubushiqela kufanele lisebenzie ukuhumusha elithi tyranny, ese elithi ubuphathimhlaba lihumushe elithi feudalism, njengoba igxile emhlabeni ophethe ongxiwa noma amakhosi noma abanini bawo. ucabangani?

Fongcwele (talk) 13:49, 6 uNhlaba 2026 (UTC)Reply

kuyaqondakala, ngilesekile iphuzu lakho. Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele (talk) 15:14, 10 uNhlaba 2026 (UTC)Reply
@Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele bafo, yazi cishe saba nenkinga ngokuhlukanisa between tyrant and dictator.
Kodwa uNyembezi uthi tyrant - isidlova.
tyranny - ubudlova okusho ukuthi, umbuso wobudlova. synonym
lokhu kusho ukuthi umashiqela is a dictator , bese ubushiqela - dictatorship
kusala igama elilodwa, autocracy (autocrat)
angazi leli singahumusha kanjani. Fongcwele (talk) 04:28, 13 uNhlaba 2026 (UTC)Reply
@Fongcwele i-autocrat akuyena undlovukayiphikiswa?
ungangisoli nami ngatshelwa uthisha wami weHistory kaGrade 11😂 Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele (talk) 04:35, 13 uNhlaba 2026 (UTC)Reply
@Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele yazi nami I'm thinking lelo Gama.
Kodwa manje do we say umbuso kandlovukayiphikiswa noma ubundlovukayiphikiswa Fongcwele (talk) 05:14, 13 uNhlaba 2026 (UTC)Reply
@Fongcwele kokubili kulungile kodwa sizothatha ubundlovukayiphikiswa as an official one bese umbuso kandlovukayiphikiswa kube alternative. Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele (talk) 07:20, 13 uNhlaba 2026 (UTC)Reply