Jump to content

Talk:Ukuhlukunyezwa nge-Cyber

Page contents not supported in other languages.
Faka isihloko
Mayelana Wikipedia
Latest comment: 7 izinyanga ezedlule by Fongcwele in topic bullying ngesizulu

bullying ngesizulu

[Hlela umthombo]

Hi Nokubonga, bengicela sibonisane ngegama okhethe ukulisebenzisa ukuhumusha elithi "bullying". ingabe ngesintu akuthiwa ububhoklolo? elithi ukuhlukunyezwa linencazelo ebanzi kakhulu, kodwa lesi sibhalwa ngathi sikhuluma ngento eqondile, eyingxenye yokuhlukunyezwa. Ngokwesibonelo, uma kuthiwa veza izibonelo zokuhlukumezeka, esinye zazo kuzoba icyberbullying. ngakho ngicabanga ukuthi mhlawumbe isihloko salesi sibhalwa kufanele sikhulume ngobuqhwaga, ububhoklolo obenzeka kuxhakaxholo (internet). ucabangani ngalokhu? Fongcwele (talk) 13:02, 19 uNhlaba 2025 (UTC)Reply