Jump to content

Template:Article of the day

Kubuya ku Wikipedia

Intutho noma ezokuthutha ziwumdiki ohlosiwe wabantu, izilwane, kanye nempahla osuka kwenye indawo kuya kwenye. Izindlela zokuthutha ezaziwayo zihlanganisa ukundiza, intutho yasezweni (ujantshi nemigwaqo), intutho yasemanzini, intutho yendophi, imizila yamathumbu kanye nentutho yasemkhathini. Lo mkhakha ungahlukaniswa kathathu kube ingqalasizinda, izithuthi nemigidingo. Ezokuthutha zivumela abantu ukuba bahwebe, okuyinto ebalulekile ekuthuthukeni kwempucuzeko. okwengeziwe...