Jump to content

Template:Carrouselcontent

Mayelana Wikipedia
iRiphabliki yaseNingizimu Afrika

iRiphabliki yaseNingizimu Afrika yizwe eliseningizimu ezwenikazi lase Afrika yaziwa ngokusemthethweni ngokuthi iRiphabliki yaseNingizimu Afrika. Ihlanganiswa amakhilomitha ayizi-2,798 agudle usebe lolwandle okuyi iNdiyeni kanye ne-Atlanthiki. Amazwe angomakhelwane ahlanganisa iNamibhiya, iButswana, iZimbabwe, Mozambiki kanye neSwatini; iLesotho iyizwe elincane elizungezwe yiNingizimu Afrika. Umengameli waseNingizimu Afrika ngu Mnz.Matamela Cyril Ramaphosa (okuningi).

Izifundazwe zaseNingizimu Afrika la sikhulunywa isiZulu khona.

IsiZulu singulimi lwamaZulu. Ngulimi lwesiNguni. Sikhulunywa eNingizimu Afrika ngabantu abayizi-10 677 305 (ukubala kwesizwe kwezi-2001) futhi siqondwa ngabantu abayizi-25000000. Lolu Limi lukhulunywa ngabantu abaningi esifundazweni saKwaZulu-Natali (okuningi...)



Dala isihloko se-athikili yakho