uMdlavuza

Umdlavuza iqembu lezifo ezenzeka apho amangqamuzana omzimba eqala ukukhula ngokweqile futhi engalawuleki.[1] La mangqamuzana angakhula enze isigaxa (tumour) noma asabalale kwezinye izingxenye zomzimba. Kunezinhlobo zomdlavuza ezingaphezu kwekhulu, izibonelo zomdlavuza zihlanganisa Umdlavuza wamabele, Umdlavuza wamaphaphu ,Umdlavuza wesibeletho,Umdlavuza wesinye njll.[2]
Kukhona nezimpawu lapho ungazibona khona ukuthi unaso isifo somdlavuza isigaxa emzimbeni, ukopha okungajwayelekile,Ukwehla kwesisindo ngaphandle kwesizathu, ubuhlungu obungapheli, ukukhathala kakhulu.
Umdlavuza ungabangelwa ukubhema, ukudla okungenampilo, izifo ezithathelwana ngocansi ezifana ne-Human papillomavirus (HPV) kanye nomlando womndeni.
Umdlavuza ungagwemeka noma welashwe uma utholakala kusenesikhathi. Yingakho kubalulekile ukuya ezivivinyweni zokuhlolwa njalo. Isifo somdlavusa isifo esiwu mbulali weza eNingizimu Afrika. Umdlavuza yisifo esenzeka lapho ama maseli omzimba eqala ukukhula ngokweqile kunoku jwayelekile futhi engalawuleki. Lokhu kwenzeka kubantu besifazane kanye nabesilisa. Lawa ama maseli angakhula enze isigaxa (tumor) noma asebalale kwezinye izingxenye zomzimba.[3]
kukhona izibonelo zomdlavusa umdlavusa wamabele, umdlavusa wamaphupha, umdlavuza wesibeletho kanye umdlavuza wesinye. Izimpawu zibonakala ngezigaxa emzimbeni, ukopha okungajwayelekile, ukwehla kwesisindo ngapahandle kwesizathu, ubuhlungu obungapheli, ukukhathala kakhulu.
Izimbangela zingaba ukubhema, ukudla okungenampilo, izifo ezithathelwana ngocansi ezifana ne Human papillomavirus (HPV) kanye nomlando womdeni. Umdlavusa ungagwemeka noma walashwa uma utholakal kusenesikhathi. Yingakho kubalulekile ukuya ezivivinyweni zokuhlolwa njalo.[3]
Umthombo wolwazi
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ https://www.who.int/news-room/fact-sheets/detail/cancer
- ↑ https://www.cancer.gov/about-cancer/understanding/what-is-cancer
- 1 2 "What Is Cancer? - NCI". www.cancer.gov (in i-English). 2007-09-17. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
Umthombo wolwazi