UMvikeli Womphakathi
Ummomo
| File:Public Protector logo.svg | |
| Isikhungo Sikazwelonke ngohlaka | |
|---|---|
| Ukusungulwa | 1 ngoMfumfu 1995[1] |
Preceding Isikhungo Sikazwelonke |
|
| Uhlobo | Izikhungo zesahluko sethoba |
| Igunyandawo | Uhulumeni |
| Ikomkhulu | 175 Lunnon Street, Hillcrest Office Park, 0083, IPitoli, Ningizimu AfrikaTemplate:Break25°45′28″S 28°14′26″E / 25.757869°S 28.240425°ECoordinates: 25°45′28″S 28°14′26″E / 25.757869°S 28.240425°E |
| Isabelomali | 2.4 billion[3] |
Isikhungo Sikazwelonke esigunundayo |
|
Parent Isikhungo Sikazwelonke |
Ayikho (Izimele) |
Key document |
|
| Isizindalwebu |
www |
| Map | |
![]() | |
UMvikeli Womphakathi eNingizimu Afrika esinye sezikhungo zikahulumeni eziyisithupha ezizimele ezimiswe Umthetho-sisekelo wezwe ukusekela nokuvikela umbusosobala.
NgokweSigaba 181 soMthethosisekelo:
- Lezi zikhungo zizimele, futhi zingaphansi koMthethosisekelo nomthetho kuphela. Ngokusho koMthethosisekelo, kufanele zingakhethi futhi kufanele zisebenzise amandla azo futhi zenze imisebenzi yazo ngaphandle kokwesaba, ukukhetha noma ubandlululo.
- Ezinye izindikimba zombuso, ngokusebenzisa izinyathelo zomthetho nezinye, kufanele zilekelele futhi zivikele lezi zikhungo ukuze kuqinisekiswe ukuzimela, ukungakhethi, isithunzi nokusebenza kahle kwalezi zikhungo.
- Akekho umuntu noma uhlaka lukahulumeni olungaphazamisa ukusebenza kwalezi zikhungo.
- Lezi zikhungo ziziphendulela kuMgwamanda Kazwelonke, futhi kufanele zibike ngobuqhebeqhebe bazo nokuqhogoya imisebenzi yazo kuMgwamada okungenani kanye ngonyaka.
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ A brief history of the office Archived 29 November 2009 at the Wayback Machine.
- ↑ "History of The office of the Public Protector 1995".
- ↑ "The Public Protector of South Africa". Kulandwe ngomhlaka 22 April 2026.
- ↑ "Constitution of the Republic of South Africa" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2025-12-12. Kulandwe ngomhlaka 2026-07-16.
- ↑ "Public Protector Act" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2016-03-04. Kulandwe ngomhlaka 2026-07-16.
- ↑ "Executive Members Ethics Act" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2014-07-14. Kulandwe ngomhlaka 2026-07-16.
- ↑ "Promotion of Access to Information Act" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2016-03-04. Kulandwe ngomhlaka 2026-07-16.
- ↑ "Electoral Commission Act" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2016-03-03. Kulandwe ngomhlaka 2026-07-16.
- ↑ Special Investigation Units and Special Tribunals Act Archived 22 May 2015 at the Wayback Machine.
