Jump to content

UNohunga

Mayelana Wikipedia

2003EL61art_(cropped)

uNohunga (noma uNohunga 136108) ngumzulane oyisichwe otholakala ngaphesheya kozungezo lukaNolundwa.[1] Wavubukulwa ngowezi-2004 ithimba eliholwa uMike Brown waseCaltech e- Palomar Observatory, futhi wamenyezelwa ngokusemthethweni ngowezi-2005 yiqembu eliholwa nguJosé Luis Ortiz Moreno eSierra Nevada Observatory eSpain, okunguyena owawuvubukula ngalowo nyaka ezithombeni zangaphambili ezithathwe yiqembu ngowezi-2003.[2]

Ngesizulu lomzulane ubizwa uNohunga, okuyigama lokuhlonipha elisho iqanda, njengoba lomzulane oyisichwe ubumbeke njengeqanda. Izilinganiso ezivamile ziwenza ube indikimba yesithathu ngobukhulu eyaziwa ngokuthi iseqa Nolundwa, ilandela uNogxada kanye noNochoko, futhi cishe walingana nobukhulu benyanga kaNomakhekheba uMdoshiya . Izithombe zangaphambili zikaNohunga zivezwe emuva ku-22 March 1955.

Uzungezo

[hlela | Hlela umthombo]

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. https://science.nasa.gov/dwarf-planets/haumea/
  2. https://www.nature.com/articles/nature24051