USisi Khampepe
| Justice Sisi Khampepe | |
|---|---|
| Justice of the Constitutional Court of South Africa | |
| Manje | |
| Isikhathi: 2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Jacob Zuma |
| Judge of the Labour Appeal Court | |
| Isikhathi: 2007–2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Thabo Mbeki |
| Judge of the North Gauteng High Court | |
| Isikhathi: 2000–2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Thabo Mbeki |
| Ukwazisa | |
| Ubezalwa | 8 ngoMasingane 1957 Soweto, Transvaal Province, South Africa |
| Alma mater | University of Zululand Harvard Law School |
USisi Virginia Khampepe (owazalwa mhla ka 8 kuMasingana - Januwari 1957 [1] ) uyijaji laseNingizimu Afrika okwamanje elisebenza eNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika.
Umlando wakhe
[hlela | Hlela umthombo]UKhampepe wazalelwa eSoweto. Wathola iB Proc eNyuvesi yaseZululand kanye neziqu zeLLM eHarvard Law School. Wamukelwa njengommeli ngo-1985 futhi wasebenza e-Bowman Gilfillan ku-private practice, egxile kwezomthetho wezabasebenzi. Ngo-1995 waqokwa njengelungu leKhomishini YamaQiniso Nokubuyisana. [1] Kusukela ngo-1999 ube yiPhini likaMqondisi Kazwelonke Wophiko Lwezokushushisa Likahulumeni ophikweni Lwezokushushisa Likazwelonke. [1]
Ukuqokwa
[hlela | Hlela umthombo]Ngo-2000 uKhampepe waqokwa njengejaji leTransvaal Provincial Division le-High Court, [2] (manje eyaziwa ngokuthi iGauteng Division). Ngo - 2007 uphinde waqokelwa eNkantolo yokuDluliswa kwamaCala kwezeMisebenzi, iLabour Court, kwathi ngo- 2009 waqokwa eNkantolo yoMthethosisekelo nguMengameli uJacob Zuma . Ngo-2021 waqokwa njengebamba lejaji eliyinhloko enkantolo enkulu.
Amareferensi
| Justice Sisi Khampepe | |
|---|---|
| Justice of the Constitutional Court of South Africa | |
| Manje | |
| Isikhathi: 2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Jacob Zuma |
| Judge of the Labour Appeal Court | |
| Isikhathi: 2007–2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Thabo Mbeki |
| Judge of the North Gauteng High Court | |
| Isikhathi: 2000–2009 | |
| Nominated by | Judicial Service Commission |
| Appointed by | President Thabo Mbeki |
| Ukwazisa | |
| Ubezalwa | 8 ngoMasingane 1957 Soweto, Transvaal Province, South Africa |
| Alma mater | University of Zululand Harvard Law School |
- 1 2 3 Cite error: Invalid
<ref>tag; no text was provided for refs namedcc - ↑ New judges. General Council of the Bar. Archived from the original on 5 December 2010. https://web.archive.org/web/20101205194955/http://www.sabar.co.za/law-journals/2001/april/2001-april-vol014-no1-pp21-22.pdf. Retrieved 11 October 2012.