Jump to content

USuku Lamazwe Omhlaba Lomntwana OngumAfrika

Kubuya ku Wikipedia

USuku Lamazwe Omhlaba Lomntwana OngumAfrika, olwaziwa nangokuthi USuku Lomntwana OngumAfrika (DAC), luye lwagujwa ngoJuni zili-16 minyaka yonke kusukela ngowe-1991, lapho lwaqalwa khona iNglangano Yobumbano Lwase-Afrika OAU. Lolu suku luhlonipha labo abahlanganyela ekuvukeleni kwaseSoweto ngowe-1976. Luphinde luqwashise ngesidingo esiqhubekayo sokuthuthukisa imfundo enhlinzekwa izingane zabomdabu base-Afrika.[1]

NgoJuni zili-16, ngowe-1976, eSoweto, eNingizimu Afrika, izingane zesikole ezinsundu ezingaba yizinkulungwane eziyishumi zabhikisha ziwumqobe ongaphezu kwengxenye yekhilomitha ubude, zibhikisha izinga eliphansi lemfundo yazo futhi zifuna ilungelo lazo lokufundiswa ngolimi lwazo. Amakhulu abafundi adutshulwa, kuhlanganise UHector Pieterson. Kwabulwa abantu abangaphezu kwekhulu emibhikisheni yamasonto amabili alandelayo, futhi kwalimala abangaphezu kwenkulungwane.

NgoJuni zili-16 minyaka yonke, ohulumeni, iinhlangano ezingeni nzuzo, izinhlangano zamazwe omhlaba,' kanye nabanye abathintekayo bayahlangana ukuze baxoxe ngezinselele namathuba abhekene nokufezeka ngokugcwele kwamalungelo ezingane e-I-Afrika. Ngowezi-2014, isihloko esikhethiwe sibuyela ezimpandeni zenhlangano: Imfundo evumelana nezingane, yezingabunjalo eliphezulu, emahhala, futhi ephoqelelwe kuzo zonke izingane e-Afrika. Ihlozinga imigoqo abantwana base-Afrika ababhekana nayo ukuze bathole imfundo yezingabunjalo eliphezulu. Futhi kuyaziwa ukuthi ihlinipha abantwana bakudala abanikela ngezimpilo zabo emiphakathini yabo ngokulekelela abafundi banamuhla bafinyelele ezimpokophelweni zabo ngemifubdaze nabafundi abansundu esekelwe kwifagugu laseAfrika.

Africa
Africa

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Cite error: Invalid <ref> tag; no text was provided for refs named ":1".