Ubulilimbaxa
Ummomo
| Ukuthambeka ngokobulili |
|---|

Ubulilimbaxa buchazwa njengokukhangana ngokothando, ukukhangana ngokobulili, noma ukuziphatha ngokobulili kubantu bobulilisiqu obungaphezu kobodwa noma ukukhangana okunganqunyelwe ubuliliqobo noma ubulilisiqu.
Igama elithi ubulilimbaxa laqala kumchazabulili yakuqala njengencazelo yalabo abakhangwa yibo bobabili ongqingili nobobuliliqondana futhi laqanjwa ngekhulu le-19 ngesiJalimane nguRichard von Krafft-Ebing encwadini yakhe ethi Psychopathia Sexualis , wabe esethulwa esiNgisini nguCharles Gilbert Chaddock enguqulweni yakhe yango-1892. [1]
- ↑ "Historicising Contemporary Bisexuality" (in i-English): 3–15.
