Jump to content

Ubumako Besifazane

Kubuya ku Wikipedia

Ubukhokheli besifazane kuwuhlelo lana khona kukhulywa ngamandla kanye nenzuzo ekhethekile ebanjwe abantu besifazane. Ngokuchaza kabanzi kuphinde kube igunya lokuziphatha nenzuzo yokwazana, kanye nokuphatha kwezinto. Lezincazelo zingatholakala esingisini esijwayelekile, incazelo ekhomba i-anthropology kanye nokukhululwa kwabesifazane kuhluke.

Ubukhokheli besifazane kungadukiswa kufaniswe ne-Matrilineal, matrilocal, kanye ne-matrifocal societies. Kanti ngeznye izikhathi nanoma yini engahambisani nabesilisa lokho kufakwa ngaphansi kwabesifazane. Izinhlanga eziningi zinezinto ezifaka ubukhokheli besifazane.

History and distribution

[hlela | Hlela umthombo]


Ama-Anthropologists alandela ukuphatha kwabantu besifazane axoxa ukuthi ezikho izindawo lapho khona kuphethe abasifazane. Lokhu kuchaza ukuthi abukho ubufakazi obuveza ukuthi abatu besilisa bake bakhishwa ezindaweni zabo zokuba amadoda. I-Anthropologist u-Donald Brown ufaka abantu besilisa kuyibona abangaphezulu kuzozonke izindawo kusukela kwezepolitiki.

Inkolelo yokuthi ukubusa kwabesifazane kwakandulela ukubusa kwamadoda yayiphethwe izihlakaniphi eziningi zekhulu leshumi nesishiyagalolunye[1] ezifana noBachofen. Lo mbono uye waqhubeka kusukela lapho esimweni se-feminism futhi ikakhulukazi i-second wave femism.

  1. ↑ Haviland, William A., Anthropology (Ft. Worth: Harcourt Brace College Publishers, 8th ed. 1997 (ISBN 0-15-503578-9)), p. 579.