Ubuvuve

Mayelana Wikipedia

AA_AAA_AAAA_A23_battery_comparison-1

Ubuvuve, obaziwa nangokuthi ingcindezi yamazuba, noma umehluko ongaba khona (wamazuba), bungumehluko wamandla wamazuba phakathi kwezinto izimbili. Phakathi komzuba, buhambelana nomkhwishizo odingwa umuvo owodwa womlelesa ukunyukuzisa inhlayiyana phakathi kwezindawo ezimbili. NgokoHlelo loMhlabawonke lwezilinganiso, umuvo owodwa wobubuvuve ubizwa isiVuve.