Uhlakalwazi
Ummomo
Uhlakalwazi igama elisetshenziswa ukuchaza indlela umuntu awazi ngayo umhlaba. Kucubungula imibono, izinjulalwazi, nezinto azazi ngokuzizwa ekuphileni komuntu. Imvamisa wukuthi uhlakalwazi lunye olutholakele emphakathini othile ngenxa yokuthi abantu abahlala bendawonye bejwayele ukuba nezinhlobo zenhlalo ezifanayo okusho ukuthi banemikhuba yokwazi engase ifana kancane.
NgesiNgisi kuthiwa yi-“epistemology”.