Jump to content

Ukubaluleka ko-mtapo wolwazi womphakathi i-Georgetown esendaweni yase Edendale emngungundlovu KwaZulu-Natal, eNingizimu Africa.

Mayelana Wikipedia
Imithombo yolwazi

Umtapo wolwazi udlala indima ebaluleke kakhulu emphakathini yethu. Indawo yase Edendale inezikole eziyisi shakhalombili, ezine zingamabanga aphansi kanye nezine ezigamabanga aphakeme. Lendawo iphinde ibenekolishi elilodwa. Lokhu kusitshele ukuthi umtapo wolwazi womphakathi  i-Georgetown kubalulekile ukuba ibenezinsiza kusebenza ezanele ukuze abafundi kanye nomphakathi jikelele bakazi ukwanelisa izidingo zabo zolwazi. Ucwaningo luveza ukuthi umtapo wolwazi

Izinsiza zolwazi

[hlela | Hlela umthombo]

i-Georgetown inalezi zinsiza; izincwadi, amaphephandaba, amakhompuyutha, “inithanethi”.[1] Lezi zinsiza zisentshenziswa ngabafundi kanye namalunga omphakathi jikelele ngaphandle kokhokha inkece.[2]

Ucwaningo lwakamuva luveza ukuthi imitapo yolwazi kubalulekile ukuba ihlinzeke izinsiza kusebenza zolwazi kamamumva ezinjenga makhompuyutha kanye ne-inithanethi.[3] Imitapo yolwazi ibambe iqhaza elikhulu emiphakathin yakithi ngokudlinzeka izinsiza zolwazi edingakala esikhathini samakuhla sezobuchwepheshe. kufakazelwa ugcwaningo oluveza ukuthi abafundi bathanda ukusebenzisa amakhompuyutha kanye ne inithanethi ukwanelisa izidingo zabo zolwazi.[4]

Imithombo yolwazi

[hlela | Hlela umthombo]
  1. https://unisapressjournals.co.za/index.php/LIS/article/view/11796
  2. https://researchspace.ukzn.ac.za/items/d7c0a5ad-c868-43b9-9e3d-ba7172ebe50f
  3. https://scholar.google.com/scholar?hl=en&as_sdt=0%2C5&q=Jiyane%2C+G.+V.%2C+T.+Mugwisi%2C+and+S.+P.+Moyane.+2014.+%E2%80%9CMarket+Orientation+as+a+Strategy+for+Service+Delivery+in+Public+Libraries%3A+A+Case+Study+of+the+Northern+Region+in+KwaZulu-Natal%2C+South+Africa.%E2%80%9D+Mousaion%3A+South+African+Journal+of+Information+Studies+34+%284%29%3A+59%E2%80%9380.&btnG=
  4. https://unisapressjournals.co.za/index.php/LIS/article/view/11796