Ukubingelela

Mayelana Wikipedia

Ukubingelela Ukubingelela ngesiZulu akufani no kweSingisi okuhambisana nosuku kodwa ngesiZulu sithi Sawubona uma umuntu eyedwa kodwa uma bebabili noma ngaphezulu sithi Sanibona nabo noma naye uzophendula ngokuthi Sawubona ngaphansi uzobona ukuthi kwenziwa kanjani

  • Mina: Sawubona
    • Wena: Sawubona
  • Mina: Unjani
    • Wena: Ngiyaphila wena unjani
  • Mina: Nami ngiyaphila ngiyabonga


  • Sakubona!
  • Yebo!
  • Ehe!
  • Khuleka
  • Mnumzana!
  • Nkosikazi!
  • Nkosana!
  • Nkosazana!
  • Bayete!
  • Sala Kahle!
  • Si sa bonene!