Jump to content

Ukuhlukunyezwa nokuzibulala

Mayelana Wikipedia

Ukuhlukunyezwa nokuzibulala kubekwa ndawonye uma imbangela yokuzibulala ibangelwa ukuthi isisulu sihlukunyeziwe, kungaba ngokoqobo noma ngokusebenzisa Imithombo yezokuxhumana.[1][2][3][4] [5]Abalobi uNeil Marr kanye noTim Field babhala ngakho encwadini yabo ka-2001 ethi Bullycide: Death at Playtime.[6]

Ukuzibulala kuyaba isinqumo lapho isisulu singakwazi ukuphunyuka emiphumeleni engamahlalakhona yokuhlukunyezwa. Abakwazi ukuthola indlela yokubhekana nayo ebavikelayo futhi abayisize banqobe ukuhlupheka kwabo. Kulokhu kuthwala izibazi ezingokomzwelo nezingokomzimba isikhathi eside, umuntu uba nemizwa yokungabi nathemba nokungabi bikho. Ukuhlukunyezwa kubonakala sengathi akunakunqanyulwa isisulu futhi ngaleyo ndlela, kuholele ekuzibulaleni.[7]

Umthombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Marr, Neil; Field, Tim (30 January 2001). Bully : Death at Playtime (1st ed.). Success Unlimited. ISBN 978-0-9529121-2-5
  2. Bender, Joyce (28 April 2008). "Bullycide: The Only Escape for Some Brutalizd Children with Disabilities". The Cutting Edge. Retrieved 24 October 2010.
  3. Pursell Elliott, Gail (9 May 2003). School Mobbing and Emotional Abuse: See it - Stop it - Prevent it with Dignity and Respect. Routledge. p. 32. ISBN 978-0-415-94551-6.
  4. Moffatt, Gregory K (30 June 2003). Wounded Innocents and Fallen Angels: Child Abuse and Child Aggression. Praeger Publishers. p. 161. ISBN 978-0-275-97848-8.
  5. Martinez, Edecio (4 May 2010). "Cyber Bullying Illegal: Mass. Governor Signs Landmark Anti-Bullying Law - Crimesider - CBS News". CBS News. Archived from the original on May 11, 2010. Retrieved 25 October 2010.
  6. Marr, Neil; Field, Tim (30 January 2001). Bullycide: Death at Playtime (1st ed.). Success Unlimited. ISBN 978-0-9529121-2-5.
  7. "Bullycide | Psychology Today". www.psychologytoday.com. Retrieved 2021-12-04.