Jump to content

Ukuklewuka kwenuzi

Mayelana Wikipedia
Ukusabela ngokuklewuka okukhandiwe.

Ukuklewuka kwenuzi uhlobo lokusabela lapho inuzi lechwe linkampuka libe amanuzana amabili noma ngaphezulu amancane. Umdludlungu wokuklewuka uvamise ukukhiqiza amabane womsebentathu futhi udedela inani elikhulu kakhulu lesidlakalasi ngisho nangamazinga anamandla okubola okuyonzayo .