Jump to content

Ukumoshakala kwezindli zezakamizi yakwaZulu Natal

Kubuya ku Wikipedia

Isifundazwe sakwaZulu Natal isifunda esinemandla ngokwezimo sezulu. Unyaka nonyaka kuhlale kunezikhukhula ezidala ukuthi kumoshakale izindlu ezingini zezakhamizi yalesifundazwe. Ngonyaka ondlule endaweni yaseThekwini[1] kube nezikhukhula ezaholela ukuthi kumoshakale izinto eziningi. Baningi abantu abafa kanti nezindlu zamosheka. U-Ayanda Msweli umnumzane osesebenze kakhulu ebambisene nezakhamizi zakulesi sifundaze.[2]

Added a picture

Simubonile akhuthaza inkonzo yebhakede, lapho abantu benikela imali ukuzama ukusiza laba abasuke bemoshakalelwe izindlu zabo. Uyake ahambe ndawo zonke zalesifundazwe ashumayela indaba yebhakade. Ubaba Msweli usedlale iqhaza ekushintsheni izimpilo zabantu kulesifundazwe ebambiswe iNingizimu Afrika yonkani.

  1. https://municipalities.co.za/overview/5/ethekwini-metropolitan-municipality
  2. https://tow.ukzn.ac.za/2022-participant22/ayanda-msweli/[dead link]