Kulesi simo esingokomfanekiso sokusabela kwenuzi, umThanya-6 ( Template:Nuclide ) kanye ne -deuterium ( Template:Nuclide ) ziyasabela ukuze zakhe inuzi elimaphakathi ekhabathekileyo Template:Nuclide elibolayo ngokushesha libe yizinhlayiya ezimbili ze-alpha zeHwelanga-4 ( Template:Nuclide ). IziNelesi zifanekiselwa yizimbulunga ezibomvu iziNtunge zona yizombulunga ezilundwa..
Kumchazandalo wenuzi kanye nomchazatho wenuzi, ukusabela kwenuzi umdludlungu lapho amanuzi wechwe amabili, noma inuzi kanye nenhlayiyana yechwe engaphandle zingqubizana ukuze zikhiqize i - nuclide eyodwa noma ngaphezulu .