Jump to content

Ukusakaza ngomoya

Kubuya ku Wikipedia
Umbhoshongo wokusakaza eTrondheim, eNorway

Ukusakazwa ngomoya kuwukudluliswa, ikakhulukazi zezilalelwa, kubamukeli abasebenzisa amaza omsakazo endaweni ebanzi. Abalaleli badinga isamukeli somsakazo esisakazwayo ukuze bathole lezi ziyabizo. Ukusakazwa "kwasemhlabeni" kuvela ezigculeni ezisezweni, futhi kufaka phakathi i-AM ne -FM (zombili ezenzuko ); kanye ne -DAB ( yezezibhangqiwe ). Isilalelwa siphinde sisakazwe ngesivoko kokubili ngezezihangqiwei nangenzuko, esivela esivokweni esizungeza uMhlaba.

Izigculo zomsakazo zingase zikhiqize izinhlelo zazo noma zixhumane nohleloxhumano lomsakazo ehlinzeka ngesiqikili esingaba ngokusakaza okuqhakanjiswayo noma nge- ngokusakazamathupha, noma kokubili. Ubuchwepheshe bokufufukisa obuvame kakhulu obenzuko kanye nobezezibhangqiwe. Umsakazo wenzuko (analog) usebenzisa enye yezindlela ezimbili zokuqwengukisa : ukuqwengukisa kwesiqongo (AM) noma ukuqwengukisa komjinge (FM). Izigculo zomsakazo zezezibhangqiwe zifufukisa ngokusebenzisa enye yezindinganiso eziningana zesilalelwa sezezibhangqiwe, njenge-DAB ( Digital Audio Broadcasting ), i-HD Radio, noma i-DRM ( Digital Radio Mondiale ).