Ukuthula Ukujula
Appearance
Ukuthula bese ujula ngezinto ezakhayo kuyinto ebalulekile ezikhungweni zemfundo ephakeme.[1] Esinye sezikhungo ezikwazisayo ukubaluleka kokuthula kuleli lase Ningizimu Afrika esifundazweni saKwaZulu-Natal i-Mangosuthu University of Technology etholakala edolobheni lase Thekwini, Umlazi.
Abantu bayaye bazitshele ukuthi uma uthula usuke uyisiwula kanti akunjalo kepha lokho kuyithuluzi lobuhlakani. Baqinisile uma bethi indlu yegagu iyanetha, iningi labantu abavame ukungaphumeleli ilaba abadle ngokuqevuza izindaba bakhohlwe ukuthula babheke ezabo izici.
Izikhombo
[hlela | Hlela umthombo]