Jump to content

Ukuxubana kwenuzi

Mayelana Wikipedia
Inkumbela yokuqalangana kwesidlakalasi senuzi Ukwakheka kwamanuzi anesisondo esifika kweseNsimbi-56, akhipha isidlakalasi, njengoba kuboniswe ngenhla.

Ukuxubana kwenuzi noma ingxubano yenuzi uhlobo lokusabela lapho amanuzi echwe amabili noma ngaphezulu (isibonelo, amanuzi wamaChembe eHwanzi ideuterium ne -tritium ), exubana ukuze akhe amanuzi echwe elilodwa noma ngaphezulu kanye neziNtunge . Umehluko ngesisindo phakathi kwezisabeli nemikhiqizo ubonakala njengokudedelwa noma ukumuncwa kwesidlakalasi .