Jump to content

Umabo

Mayelana Wikipedia
Zulu wedding
Umabo

Umabo wusiko olubalulekile kakhulu esikweni lamaZulu.[1] Kukholelwa ukuthi umuntu akashadile uma isiko lomabo[2] lingalandelwanga ngendlela eqondile, indlela yokushweleza abhaphansi. Lomshado uyenziwa ekhaya lomdeni waka mkhwenyana, umakoti uzophuma ekuseni ekhaya lakubho eya kumndeni wakhe omusha. Kulendlela umakoti uphelezwa nguyise wakhe, uyise usuke abiza izithakazelo zomdeni ukutshela amadlozi ukuthi intombi seyithathiwe ngumdeni omusha.

  1. Zulu | History, Culture & Language | Britannica
  2. Stages in a Zulu Wedding: Umabo – The Ulwazi Programme