Umbhoshongo wekhukhu
Appearance


Umbhoshongo wekhukhu noma isiza sekhukhu siyisiza sikamakhalekhukhwini osebenza ngekhukhu, lapho izihoshamaza nemishini yezokuxhumana ibekwe khona (ngokuvamile embhoshongweni womsakazo) ukuze sidale ikhukhu (''cell''), noma amanye amakhukhu aseduze, kuhleloxhuamno lwamakhukhu.