Jump to content

Umbutho weMpaphamo yabaNsundu

Mayelana Wikipedia

Umbutho weMpaphamo yabaNsundu kwakungumbutho wezishoshovu omelene nobandlululo owavela eNingizimu Afrika phakathi nawo-1960, uvuswa isikhala sezombusazwe esadalwa ukuboshwa nokuvinjelwa kobuholi bukaKhongolose kanye noPoqo ngemva kwesibhicongo saseSharpeville ngo-1960. Lo mbutho wawumele inhlangano yabantu ebaphaphamisa kwezombangazwe .