Umfundi wase nyuvesi i-TUT ongeneme
UMFUNDI WASENYUVESI I-TSHWANE UNIVERSITY OF TECHNOLOGY ONGENEME.
[hlela | Hlela umthombo]
Umfundi wase nyuvesi i-TUT uMnumzane SG Mthembu odume ngelikaMfundisi uzwakalise isikhalo sakhe kochwephesha bezolimi mayelana nenkulumo mpikiswano abe nayo ephikisana nomunye wabafundi afunda naye onguMnumzane N Hlengwa. Inkulumo ibimayelana namagama amabili kanye nezincazelo zawo. Lawa magama asuse uthuthuva yilawa ' iqiniso(truth) kanye neqiniso(fact).
Lenkulumo yenzeka ngomhlaka 28 KuNcwaba 2024 lapho bekuhlangene khona abafundi abenza unyaka westhathu kwi Languade Practise isifundo i WIL306D. Abafundi bebehlangene endaweni okuthiwa yi-Council Chamber lapho khona iskole besimeme amalunga akwa SADiLaR ukuthi bezoqeqesha abafundi mayelana nomsebenzi okumele bawlindele uma bethola umsebenzi ngokweziqu zabo .
Kubese kuqubuka udweshu uma elinye lamalunga e SADiLaR ebuza umbuzo othi yini umehluko phakathi kwagama iqiniso(Truth) kanye neqiniso(Fact). Emvakwa lokho kubese kuba khona othi '' iqiniso(Fact) kanye neqiniso (truth) yizinto ezingafani. Yilapho khona uMnumzane SG Mthembu asukume khona waphika waze wama ngekhanda esho ukuthi lokho kungamampungwe futhi lawamagama awasoze abe nencazelo engafani. Ngokwakhe lamagama ayafana futhi ayohlezi efana.
INKULUMO KA N HLENGWA ONGUMFUNDI OVUMAYO
[hlela | Hlela umthombo]Kubese kwasukuma uMnumzane N Hlengwa wathi yena kuyiqiniso ukuth lawamagama uchaza izinto ezimbili ezahlukahlukene futhi akajiki imile lapho. Lomfundi ubese wayicacisa ngalohlobo wathi" iqiniso(Truth) yiqiniso elaziwa umnikazi kodwa kungenzeka ungakhoni ukuveza ubufakazi balo, wabuya wathi iqiniso(fact) uhlobo lo lwazi ongakhona ukuthi ulilamanise nobufakazi". kubese kuphela isikhathi sekilasi kwathiwa kuzoqhutshekwa kusasa.
INKULUMO KA SG MTHEMBU ONGUMFUNDI OPHIKISAYO
[hlela | Hlela umthombo]Yilapho khona uMnumzane Mthembu ebese esecasuka khona kakhulu waze wangabuthi qothu ubuthongo. Wavuka ekuseni ephindela ekilasini engakadli nokudla ngenxa yokucasuka. Lomfundi uyethule kanje inkulumo yakhe yokuziphendulela nokulwa nalodaba" Akuyona yonke into enobufakazi eyiqiniso, amanye amanga ayakhona ukuthi afakazelane kuze kube engathi yiqiniso. Njengoba neZwi lisho encwadini yabaseHoseya ukuthi abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi. I fact ne truth yinto eyodwa ukuthi into eyenza abantu bedideke ukuthi basuke bengeyo imininingwane ephelele ngodaba olusuke ludingidwa ngaleso sikhathi. Iqiniso alidingi ubufakazi liyohlezi liyiqiniso.
ISIVALELISO
[hlela | Hlela umthombo]Ngabe luthini uvo lwakho ngaloludaba?