Umsakazeli womabonakude
Ummomo

Umsakazeli womabonakude noma uhleloxhumano lomabonakude, uhleloxhumano lezokuxhumanakude lokusabalalisa isiqikili sikamabonakude, lapho umsebenzi oyinhloko unikeza izinhlelo ezigculeni eziningi zomabonakude. Kuze kube maphakathi nawo-1980, izinhlelo zokusakaza kumabonakude emazweni amaningi omhlaba zaziphethwe inani elincane lamahleloxhumano omhlaba. Amahleloxhano amaningi okuqala kamabonakude afana ne-BBC, I-CBC, I-PBS, i-TV, I-NBC noma i-ABC e-US nase-Australia avela kumahlelixhumano omsakazo angaphambili.