Umshanelo

Umshanelo ithuluzi lokuhlanza elisetshenziselwa ukushanela uthuli nokungcola okusuka phansi.Ngokuvamile kuhlanganisa amabristles,isipheetho.[1][1]
Izingxenye zomshanelo kufaka phakathi isibambo ngokwesikosenziwe ngokhuni, manje sivame ukwenziwa ngensimbi engasindi njenge aluminium noma ipulasitiki eqinile.idizayinelwe ukuthi ibe yinde ngokwanele ngakho- ke akumele ugobe ngenkathi uyisebezisa.Kukhona nekhanda lebhulashi lena ingxenye yokusebenza. impahla, ubude,nookuqina kwama bristles kunquma umshanelo ukuthi ulungele ini.kubuye kube khona itomu insimbi noma ucezu lwepulasitiki olugoqa umsuka wamabristles, luwabambe ngokuvikelekile esibanjeni.[2][2]
kunezinhlobonhlobo ezimangalisayo zemishanelo ngayinye yakhelwe umsebenzi othile,imishanelo yombhila umshanelo wakudala, wendabuko onesimo esiyindilinga.Uvame ukusetshenziswa endlini kanye nasezitezini ezibushelelezi.Imishanelo ethambile yenziwe ngama - bristle athambile kakhulu(Imvamisa izinwele zehhashi noma ama-synthetics ahambile), enzelwe izindawo ezithambile njengamapulangwe aqinile, lapho umshanelo oqinile ungabangela ukuklwebheka.[3][3]
Umthombo wolwazi.
- ↑ "BROOM definition and meaning | Collins English Dictionary". www.collinsdictionary.com (in i-English). 2026-02-25. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
- ↑ "BROOM Definition & Meaning | Dictionary.com". www.dictionary.com. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
- ↑ "BROOM Definition & Meaning | Dictionary.com". www.dictionary.com. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.