Umtapolwazi wakwaNgqondonkulu
Appearance

Umtapolwazi wakawaNgqondonkulu ungumtapolwazi oyingxenye yesikhungo semfundo ephakeme, osekela uhlelo lwemfundo kanye nocwaningo lwabafundisi benyuvesis nabafundi. [1] Izincwadi zokufunda, ezihloselwe ukwengeza ukufundisa komfundisi futhi ezigcinewe kumtapolwazi wakaNgqondonkulu, bezilokhu zaziwa ngokuthi "izinqolobane". Ngaphambi kokuba izinsiza zogesi zitholakale, izinqolobane zazikhishwa njengezincwadi zangempela noma njengezifaniselo zezihloko zezibhalwa zomhela ezifanele. Imitapolwazi yakaNgqondonkulu yanamuhla ihlinzeka ngofinyelelo kwizinsizakusebenza zezibhangqiwe.