Jump to content

Umthalakazi ogoqele olukutu

Mayelana Wikipedia
Umthalakazi -NGC 1300, ubukwe cishe ubuso nobuso; Isithombe sesihlongamkhathi-I-Hubble

Umthala ogoqele olukutu ungumthalakazi ogoqele onomumo olukutu phakathi nendawo ngenxa yezinkanyezi. Amakutu atholakala cishe ezingxenyeni ezimbili kwezintathu zazo yonke imithalakazi egoqele kumkhathilibe, futhi ngokuvamile athinta kokubili ukunyakaza kwezinkanyezi uhowo lwenqeke ngaphakathi kwemithalakazi egoqele futhi angathinta izingalo ezigoqelayo.[1] Umzilafasimbe, lapho kukhona khona uzungezohlelo lwelanga, ujinjwa njengomthalakazi ogoqele olukutu.[2]

  1. Eskridge, P. B. (1999). What is the True Fraction of Barred Spiral Galaxies?. p. 427–430.
  2. Mass distribution in our Galaxy.