Jump to content

Umthetho Wezikole ZaseNingizimu Afrika, 1996

Kubuya ku Wikipedia

Umthetho Wezikole ZaseNingizimu Afrika NO. 84 yasungulwa uhulumeni waseNingizimu Afrika ngo mhlaka 15 November 1996.

Lo Mthetho uwakhiwe futhi unikeze uhlelo oluvamile lwezinhlangano, ukubusa nokuxhaswa ngezimali kwezikole zezwe. Ihlelwe yaba izahluko eziyi isikhombisa mayelana nokwakheka kwezikole, ukuxhasa kwazo, ukuhlelwa kwezinhlobo ezahlukahlukene zezikole kanye nokwakheka kwenqubo yezemfundo. Izikole zihlukaniswa zaba amabanga aphansi okanye amabanga aphakeme. Zombili lezi izinhlobo zezikole zihlukaniswe ngezinhlobo ezinhlanu kanye nezine, ngokulandelana.

Umthetho wenza imfundo esemabangeni aphansi iphoqeleke kuzo zonke izingane kusukela eminyakeni eyisikhombisa.

Uhlu lwemithombo

[hlela | Hlela umthombo]