Umxabokaningi

Umxabokaningi (noma umxabokabili) uyindlelasu yokuqinisekisa kwezingabazuba lapho umsebenzisi evunyelwa ukufikelela kwisizindalwebu noma ihlelokusebenza ngemva kokwethula ngempumelelo izinhlobo ezimbili noma ngaphezulu ezihlukene zobufakazi (noma izici ) endleleni yokuqinisekisa . Umxabokabili uvikela imininingo yomuntu siqu —ehlanganise ubuhlonzi bomuntu siqu noma ingcebo yezezimali —ukuba ingafinyelelwa abantu abangagunyaziwe okungenzeka bakwazile ukuthola, ngokwesibonelo, ipassword eyodwa .
Ukusetshenziswa komxabokabili sekunyukile eminyakeni yamuva. Izinkinga zokuphepha ezingabangela ukuvulwa komxabokabili zihlanganisa ukuhlaselwa ukukhathala, ukugolomba kanye noboqola be-SIM . [1]
Izihawuza ezinomxabokabili kunamathuva amancane kakhulu okuthi zibe sengozini.
- ↑ Russell, Steve (2023-02-22). "Bypassing Multi-Factor Authentication". ITNOW 65 (1): 42–45. doi:10.1093/combul/bwad023. ISSN 1746-5702. https://doi.org/10.1093/combul/bwad023.