Jump to content

Unukubezo ngokoncansi

Mayelana Wikipedia

Ukunukubeza ngokocansi isenzo esenziwa kubantu besifazane,abesilisa kanye nezingane ngaphandle kwemvume nemizimba yabo[1]. imvamisa bahlukumezwa abantu ababathandayo babadunge inqondo ngokubathembisa ukuba bulala uma beke bakhuluma ngokwenzekile,kubuhlungu ngoba lento idunga ibulale iqondo kwabanye yakha ngisho inhliziyo embi umuntu acabange ukuthi naye uma engenza lento komunye umuntu kuzoba into enhle. singaphinde sikusho ukuthi lesisgameko siyawuphazamisa umqondo.

Abantu besifazane kanye nezingane kuphela abanukubezwayo ?

[hlela | Hlela umthombo]

Abantu abaningi bayaye bacabange ukuthi izingane nabantu besifazane kuphela abanukubezwayo ngokocansi kanti nabantu besilisa bayacindezeleka[2], okwenza kunganakeki lokho ukuthi eskhathini esiningi kuba ibona abathatha indima yokunukubeza kakhulu. nezibalo zikhomba khona ukuthi abantu besilisa abaningi ababoshiwe baboselwe sona lesi senzo kodwa lokho akusho ukuthi abantu besifazane bona abanyukubezi abasilisa . kanti nabo bayingxenye yabantu abahlukumezekile.

  1. https://www.ncbi.nlm.nih.gov/books/NBK236963/
  2. https://rainn.org/articles/sexual-assault-men-and-boys