Jump to content

User:Angie-bengy/sandbox

Kubuya ku Wikipedia

UKUSWELWA KOXHASO LWEZIMALI KUMDANSO WE-BALLROOM NE LATIN AMERICAN ENINGIZIMU AFRIKA

Umdanso we- Latin American ne Ballroom eNingizimu Africa awandile kakhulu. Yize kukhona izinhlangano ezinkulu zabadansi baseNingizimu Afrika ezibizwa ngokuthi yi-Federation of DanceSport South Africa (FEDANSA) kanye ne- South African Dance Foundation, ukuthola uxhaso lwezimali olusuka kuHulumeni akukabi lula. Abadansi abadumile balapha eNingizimu Afrika singabala kubo u L. Cameron Lombard, Motsi Mabuse, Oti Mabuse, Keo Motsepe, Johannes Radebe, Robin Sewell, Bryan Watson kanye nabanye.